A recap of today’s #SAElections2019 in KZN.
Written by Uno on 8 May, 2019
By: Gagasi FM News
South Africa’s sixth general election kicked off today as the nation marked 25 years of democracy. It was not a smooth run as anticipated since some provinces faced a number of glitches ranging from protests, voting stations opening late, faulty ID scanners and potential voters refusing to cast their ballot.
Listen Below:
Oyiskhulu esiphezulu kwa IEC, uSy Mamabolo, uthi abantu kumele baqinisekise ukuthi iEnvelope abazofaka kuyo iphepha lokuvota linesitembu.
Ungoti wezomthetho, uMpumelelo Zikalala, usexwayise abavoti ukuthi bangase bazithole sebesotakwini uma bethatha izithombe bevota.
Izinga lesbalo sabantu abaphokophele ezikhungweni zokuvota kubukeka sengathi sehlile njengoba olayini ezindaweni ezingingi bengekho kumbe bebafushane kakhulu.
Izakhamuzi zakuleli eThekwini zithi emva kokhetho zilindele ukuthi uhulumeni omusha adale amathuba emisebenzi, aphinde athuthukise izindawo zasemakhaya.
As we continue to crisscross the province monitoring the elections, our reporter Mfundo Mabaso takes a look at the progress and happenings in the outer west of Durban.