Abantu Abasha Kumele Bazi Ngomlando- Thami Ntuli

Written by on 16 June, 2023

By: Lindelani Mbatha

Usihlalo wenhlangano ebhekelele ukusebenza komasipala uThami Ntuli uthi kubalulekile ukuthi abantu abasha baqonde lapho iNingizimu Africa ephuma khona.

INingizimu Africa namhlanje ibungaza usuku lwabantu abasha okuwu-June 16.

Ngalolusuku abantu abasha balwa nohulumeni wobandlululo belwela ukungafundiswa ngesibhunu.

Abaningi baphangalala kulezizigameko.

Ekhuluma embungazweni walolusuku eKranskop ngaphansi komasipala INkosi Langalibalele, uNtuli uthi ulwazi nokuqonda kubalulekile ukuze bezohlelela ikusasa leNingizimu Africa.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background