Abantu Beslisa Bathi Bafuna Ukunakwa Nabo

Written by on 12 July, 2022

By: Zilungile Mkhize

Imashi yokuvula ngokusemthethweni inyanga yamadoda, isiqalile enkabeni yeTheku, KwaZulu-Natal.

Lemashi eholwa nguhulumeni wesifundazwe kanye namalungu esishayamthetho kuhloswe ngayo ukuqhakambisa izinkinga abantu besilisa ababhekene nazo emphakathini, isemakhaya kanjalo nasebudlelwaneni babo bothando.

Uhulumeni uthi njengoba kubungazwa uJuly njengenyanga yamadoda, bafuna kube yiwo ahola imikhankaso yokulwisana nesihlava sokuhlukumeza ngokobulili baphinde bacebisane njengabantu besilisa ngezinhlelo eziyaphambili futhi ezakhayo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background