Abasebenzi baMasipala Basale Dengwane Bengaholeliwe

Written by on 26 July, 2021

By: Mthokozisi Manqele

UMasipala wesifunda Umkhanyakude, osenyakatho yekwaZulu-Natal, usuhluleke ukuholela abasebenzi bawo ukhala ngokungabi nayo imali.

Isizathu esidale lokhu kuthiwa amakhansela alomasipala asaklwebhana wodwa namanje, kanti imihlangano yokuthatha izinqumo zokuphasisa isabelo-mali kayihlalanga.

Lokhu kuholela ekutheni umgcini-mafa angayifaki imali kulo mkhandlu.

Intatheli yezindaba ze-Gagasi FM, uMthokozisi Manqele uyabika,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background