Abasebenzi baMasipala Basawabeke Phansi Amathuluzi

Written by on 9 March, 2021

By: Mthokizisi Manqele

Isiteleka senyunyana yabasebenzi bakamaspala iSouth African Municipal Workers’ Union (SAMWU) siyaqhubeka namhlanje njengoba labasebenzi bethi ngeke bayeke ukubhikisha izimfuno zabo zisashaywa indiva.

Abasebenzi abangu 105 balenyunyana kumasipala wase Ndwedwe, enyakatho yeTheku, baqale isiteleka ngoLwesithathu olwedlule, bekhala ngezimo ezingezinhle abathi basebenza ngaphansi kwazo.

Phakathi kwalezimo babala nokungakhokhelwa kwezibhamu abagada ngazo, ukunganikwa imali yemihlomulo yezimoto kanye nama selula.

Baqhuba nangokuthi umqashi akafiki emihlanganweni ukuzodingida ngalezinkinga.

Usihlalo weSAMWU eNdwendwe, uFuzile Nkosi, uyenaba,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background