Abasebenzi Bathi Bazoyiqinisa Eyamaholo

Written by on 10 November, 2022

By: Zilungile Mkhize

Abasebenzi bakahulumeni abangamalungu enyunyana iPublic Servants Association (PSA) bathi bazoyibamba imibhikisho kuze kube uhulumeni uphendula ngendlela efanele izimfuno zabo zamaholo angcono.

Labasebenzi sebeqalile ukumasha eThekwini, njengoba beyingxenye yesiteleka sikazwelonke esiholwa yiPSA.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background