Abavoti balindele izinguquko eziza nempilo engcono ngale kokhetho
Written by Lethiwe Mdluli on 8 May, 2019
By: Lindelani Mbatha
Izakhamuzi zakuleli eThekwini zithi emva kokhetho zilindele ukuthi uhulumeni omusha adale amathuba emisebenzi, aphinde athuthukise izindawo zasemakhaya.
Lezizakhamuzi bezikhuluma nabezindaba zeGagasiFM njengoba namhlanje izinkumbi zabantu kulindeleke ukuthi zivote ezikhungweni ezahlukene kulesifundazwe.
Izikhungo zokuvota zizolokhu zivuliwe, kuze kuyoshaya u9 kusihlwa.
Lezizakhamuzi zithi imfundo yamahhala yiyo okumele ibe seqhulwini.
Listen below:
https://iono.fm/e/685654