Abe E-Hailing Bakhuza Amagundane

Written by on 22 March, 2022

By: Lindelani Mbatha

Abathutha umphakathi, nabaziwa ngama e-hailing, bathi labo abazosebenza njengoba bengenele ukhukhulela ngoqo wesiteleka, bangazithola besenkingeni uma bebanjwa.

Abanikazi balezimoto bakhala ngokunganakekelwa nguhulumeni ezinkingeni ababhekana nazo.

Bathi abanikazi balama-Apps bayazinqumela nje imali abafuna ikhokhwe ngabagibeli bengaxhumananga nabo. Bafuna uhulumeni angenelele ukuze nabo bezokwazi ukumelana nezindleko zikaPetrol.

Ongumgqugquzeli walemashi eKZN uSipho Mabika uthi bacelile ukuthi ongafuni ukuba yinxenye yemashi akahlale ekhaya.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background