Abukeka Esesimweni Esigculisayo Amadamu Amanzi

Written by on 13 January, 2023

By: Sphelele Nzuza

Umnyango wezamanzi nokuthuthwa kwendle uthi izimvula ezinamandla nezibonakele KwaZulu-Natal emasontweni amabili adlule, zibambe elikhulu iqhaza ukwenyusa umthamo wamanzi emadamini.

Lomnyango usho kanjena nje, isikhungo esiphakela ngamanzi uMngeni Waterboad kanjalo nalo mnyango namuhla bavule ngokusemthethweni isikhungo somthamo wokugcinwa kwamanzi ebese sidonse usikhathi eside singekho esimeni esigculisayo iDurban Heights Water works, eReservior Hills.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background