Action SA To Take Action Against IEC

Written by on 11 November, 2020

By: Pamella Majola

Umholi wenhlangano iAction SA, uHerman Mashaba uthi basezingxoxweni nabameli mayelana nokunqatshelwa kwaleliqembu ukuthi libhaliswe kwa IEC njengenhlangano yezombusazwe.

iIEC yanqaba ukubhalisa iActionSA ngoba ithi uphawu lwalenhlangano, lufana kakhulu njenge fleki lesizwe.

Kanti okhulumela leliqembu uLerato Mngobeni uthi bafuna ukuliphuthumisa loludaba njengoba ukubhaliswa kwamaqembu kungcina ngoJanuary wangonyaka ozayo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background