ActionSA KZN welcomes R10 billion investment into e-Thekwini.

Written by on 20 March, 2025

By: Buhle Mbhele

Uphiko lwabesifazane enhlanganweni yamatekisi i SANTACO KwaZulu Natal isivule ifemu yokwakha imifaniswani nezimpahla zokusasikhumba e Marburg ogwini oluse Ntshonalanga yesifundazwe.
loluphiko seluveze ukuthi lefemu izolekelela eqguqguzeleni abantu besifazane eKZN iphinde yandise namathuba emisebenzi.
Usekela kaNgqongqoshe wezokuthutha jikelele uMkhuleko Hlengwa usencome lesenzo eqhuba ngokuthi lokhu kukhombisa ukuhlukahluka nokuthenjwa kwabantu besifazane kwimboni yezamatekisi.
U-Hlengwa ekhuluma nabezindaba kumcimbi wokumbulwa kwalefemu izolo, usebeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

Listen to the full bulletin below:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background