Abangcwabi Baphawula Ngenselelo ye COVID-19

Written by on 30 December, 2020

Umengameli we National Funeral Professionals Association kuleli uMuzi Hlengwa unxusa abangcwabi ukuthi balandele yonke imgudu efanele.

UHlengwa usho loku nje ungqongqoshe wezempilo uZweli Mkhize usanda kunxusa imphakathi kanye nemndeni ukuthi iqikelele ukuphepha ezinkonzweni zokufihla othandiweyo bayo.

UHlengwa uthi abangcwabi kumele bahlale begqoke izimpahla zokuzivikela ngaso sonke iskhathi.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background