Akasabuthi Qothu Unina Olahlekelwe Indodana

Written by on 10 March, 2022

By: Lindelani Mbatha

Umndeni wowesilisa olahlekile, uZothini Dube, uthi ukhathazekile njengoba sekuphele isonto lonke indodana yabo ingatholakali.

U-Zothani ongowokudabuka EMpangeni, enyakatho yesifundazwe, wagcina ukubonakala engena emotweni thizeni kwelinye lamagaraji eThekwini, yakhala amaphepha.

U-Lindelani Mbatha uyabika:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background