Akusiwo Amaphoyisa Adedela Izigila’mkhuba – Cele

Written by on 18 May, 2021

By: Sanelisiwe Dlangamandla

UNgqonqgoshe wamaphoyisa, uBheki Cele, uthi abantu abayeke ukugxeka amaphoyisa uma izigebengu zidedelwa nge bheyili ejele.

UCele ukhulume kanjena nabezindaba eGoli ezwakalisa ulaka lwakhe ngezimantshi athi zinikeza imigulukudu izigwebo ezincane, zidedle nezinye ngebheyili, zibuyiselwe emphakathini.

Uthi ezinye zalezi zigebengu ziphuma ejele ziphinde ziyohlukumeza umphakathi.

UCele uthi umsebenzi wamaphoyisa ukuphenya ubugebengu abophe imigulukudu, bese icala lifakwa enkantolo, hayi ukunikeza izigwebo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background