AmaKhansela Asesalelwe Izinyanga Ezingu-4 Ekulezikhundla

Written by on 11 March, 2021

By: Mthokozisi Manqele

Inhlangano eyengamele ukhetho, i-Independent Electoral Commission (IEC) KwaZulu-Natal, isiqalile ivivela ukhetho lohulumeni basekhaya.

Lolukhetho lubhekeke ukuthi lube noma inini sukusela mhlaka 4 August kuya ku 27 October kulonyaka.

Ichaza esithangamini sabezindaba ebesibanjwe ngezobuchwepheshe, lekhomishini ithi iskhathi samakhansela siyaphela mhlaka 3 August.

Iqhuba ngokuthi ngokwezibalo zokuklanywa kwemingcele osekuzophothulwa, kulindeleke sande isabalo samawadi njengoba nesbalo sezikhungo zokuvota naso sizokwenyukela ku-161.

uMthokozisi Manqele obehambele lesthangami uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background