Amaqembu Aphikisayo Athi Sekwanele Ngo-Thaqa

Written by on 16 March, 2022

By: Bright Ntuli

Siyanda isibalo sezinhlangano zezepolitiki esezisihlabe zasihlikiza isinqumo sikahulumeni sokwengeza iskhathi esithathwa njengesenhlekelele kulelizwe.

Izolo ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana uNkosazana Dlamini-Zuma umemezele ukuthi iNational State of Disaster Minister izoqhubeka kuze kube umhlaka-15 ngenyanga ezayo.

Kuzokhumbuleka ukuthi lelizwe seliphile ngaphansi kwemibandela ebekwe uhulumeni, ukuzama ukugwema ukubhebhetheka kwe Covid-19, kusukela ngo 2020.

U-Bright Ntuli uyabika:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background