Amaqembu Ezepolikiti Athi Asilinde Ngabomvu Isabelo Mali!

Written by on 21 February, 2023

By: Pamella Majola

Amaqembu ezepolitiki esfundazweni saKwaZulu-Natal asechaze kabanzi ngalindele ukukuzwa njengoba uNgqongqoshe wezeziMali, u-Enoch Godongwane, ezokwethula isabelo mali sezwe kusasa.

Lamaqembu athi anethemba lokuthi emgodleni ka Godongwane kuzovela namasu azoxazulula izinkinga eziningi ezibhekene nalelizwe, neziholela ekufadabaleni komnotho weNingizimu Africa.

UPamella Majola uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background