Amaqembu Ezepolitiki Asaqhubeka Nokuzwakalisa Akulindele Enkulumeni kaRamaphosa Kusihlwa

Written by on 11 February, 2021

By: Mthokozisi Manqele

Amaqembu amancane ngokwezihlalo esiShayamthetho sesifundazwe iKwaZulu-Natal, asephawulile ngafuna ukukuzwa enkulumweni kaMengameli uCyril Ramaphosa ebhekiswe esizweni azoyethula namuhla.

Phakathi kokunye lamaqembu akushoyo ukuthi uMengameli angakhulumi lutho ngomjovo weCOVID-19, kodwa lokhu akushiyele ososayensi.

Aqhuba ngokuthi wona acabanga ukuthi okungamele kusale ngaphandle udaba lwenkohlakalo.

Lamaqembu ezepolitiki- yi-African Transformation Movement, National Freedom Party kanye neqembu elimele inkolo yobukristu i-African Christian Democratic Party.

uMthokozisi Manqele uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background