Amaqembu Ezombusazwe Aphefumula Ngemali Yokulekelela e-KZN
Written by Mfundo on 22 April, 2022
By: Sthulile Mdletshe
Amaqembu ezepolitiki asekhulume ngazwi linye, enxusa uhulumeni ukuthi uqaphe ngeso elibanzi imali ekuhloswe ukusiza ngayo izisulu zezikhukhula.
Sekusuke imibuzo nokwesaba kubantu abaningi, ngisho nakuwona amaqembu ezombusazwe, abathi uhulumeni sekukaningi uhluleka ukubhekelela izakhamuzi ezisosizini, njengoba kwenzeka nangemali yesizo ye COVID-19.
Abezombusazwe bathi lesi akusiso isikhathi sokucabangela iphakethe kodwa ngesokutakula kulekelelwe abashayekile.
U-Sthulile Mdletshe uyabika:
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.