Amathuba Kwezokuvakasha Kufika u-Cruise eKZN

Written by on 8 April, 2022

By: Zilungile Mkhize

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho nezokuvakasha eKZN, uRavi Pillay, uthi ukuba khona kuka saziwayo ongumdlali wamafilimu ase Hollywood, u-Tom Cruise kulesifundazwe kunomthelela omkhulu ekukhuthazeni ezokuvakasha.

U-Cruise uhambele lesifundazwe ukuzoqopha ifilimu yakhe entsha, iMission Impossible 8.

U-Pillay uthi selokhu zisabalele izindaba zokubakhona kwabantu base Hollywood kuleli, sekuphakamise isasasa ngesifundazwe iKZN.

Uthi Lokhu kuzoba nomthelela omuhle kwezokuvakasha nomnotho.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background