ANC in KZN is ready to hold its 9th Provincial Conference

Written by on 21 July, 2022

By: Lindelani Mbatha

Unobhala we-African National Congress esifundazweni saKwaZulu-Natal uMdumisani Ntuli uthi lenhlangano isikulungele ukubamba ingqungquthela yokukhetha ubuholi obusha.

UNtuli ebekhuluma nabezindaba ngezinhlelo zokubamba ingqungquthela okulindeleke ukuthi iqale kusasa eThekwini.

Zingaphezu kuka-1600 izithunywa zalenhlangano okulindeleke ukuthi zibe yinxenye yalengqungquthela.

UNtuli uthi noma kusakhona amagatsha amathathu angakakulungeli ukuthamela lenkomfa lokho ngeke kubaphazamise.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background