ANC’s Duarte Sets Record Clear on Magashule

Written by on 11 November, 2020

By: Lindelani Mbatha

Usekela nobhala weANC uJessie Duarte uthi uAce Magashule unxusa amalungu alenhlangano ukuba angabi namamashi kanye nemibhikisho esebenzisa igamalakhe.

uDuarte ubekhuluma nabezindaba ngezobucwepheshe, emvakomhlangano wobuholi obuphezulu baleliqembu.

uMagashule nongunobhala jikelele weANC, ubhekene namacala enkohlakalo athinta ukusetshenziswa kwezigidi zamarandi ngokungaqondakali ngesikhathi uhulumeni waseFree State ezama ukulungisa u-abestazi.

Usolwa ngokushaya indiva inkohlakalo ebiyenza ngesikhathi esangundunankulu wakulesiyasifundazwe.

Abanye abasolwa abangu-7 kulenkohlakalo bavele enkantolo namhlanje, kanti umagashule yena uzovelka enkantolo ngolwesihlanu.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background