Angiyi Ndawo – Niehaus

Written by on 15 September, 2021

By: Lindelani Mbatha

Osexoshiwe ekusebenzeleni i-ANC uCarl Niehaus uthi akayi ndawo njengoba ethi uxoshwe ngendlela engafanele.

Ngesonto eledlule iANC yamemezela ukuthi isimkhombe indlela uNiehaus, emsola ngokuphula imigomo yeqembu kanjalo nokudala uqhekeko kulenhlangano.

Yakwenza lokhu emvakokuba etshele abezindaba ukuthi uzovulela icala ubuholi beqembu abusola ngokuntshontsha imali yabasebenzi.

Kusukela ngo-June abasebenzi beqembu elibusayo abakazi beyithi ndibilishi imiholo yabo nokwenze ukuthi bangenele isiteleka.

U-Niehaus uthi ngeke avume ukuxoshelwa ukulwela amalungelo akhe.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background