Author: Lethiwe Mdluli

Police minister, Bheki Cele, says he’s concerned that some businesses are breaking lockdown regulations and exposing their patrons to Covid-19. Cele had been briefing media on law enforcement plans for lockdown level-1 in Pretoria. Since the coronavirus outbreak, more than 310 000 people have been arrested and charged with contraventions of the Disaster Management Act. […]

Umnyango wezokuthutha kulesfundazwe uthi ushaqekile ngokushona kwabantu abangu 12 abashone engozini phakathi kweloli lika petrol kanye netekisi ngase Greytown maphakathi nesfundazwe. Ungqongqoshe walomnyango, uBheki Ntuli, uthi phakathi kwabashone kulengozi kubalwa abesifazane abangu 10 kanye nabesilisa ababili kanti oyedwa wabo ubekhulelwe. Uqhuba ngokuthi kumanje abezomthetho bamatasa bazama ukuthola ukuthi lengozi idaleke kanjani. Listen here: Podcast stream […]

The World Health Organisation says almost 200 coronavirus vaccines are currently in clinical and pre-clinical testing. There are more than 963-thousand Covid-19 deaths globally. WHO director-general, Tedros Adhanom Ghebreyesus, says the overarching goal of the Covax facility that has been launched is to ensure that all countries have access to vaccines at the same time, […]

12 people have been killed in a crash between a fuel tanker and a minibus taxi on the R33 near Greytown in the midlands. Paramedics allege that a taxi collided with a truck carrying diesel and petrol. The road is currently closed as a result of an oil spill. KZN Emergency Medical Service spokesperson, Robert […]

Teachers Unions Sadtu and Natu in the province have applauded the provincial Education department for the borehole programme in schools. The department has launched the programme in Khulani special school in uMkhanyakude district north of KZN. The project will assist more than 1000 schools that have no water infrastructure. Sadtu provincial secretary, Nomarashiya Caluza, says […]

Amalungu enyunyana yabasebenzi besezmpilo iNehawu asebambe umbhikisho ngaphandle kwezindlu zombuso ePitoli. iNehawu ithi ifuna umengameli, uCyril Ramaphosa, aphendule izikhalo zayo, eyamnikeza zona ngomhlaka 3 kulenyanga. Amalungu alenyunya asebambe imibhikisho kusukela ekuqaleni kwalenyanga kanti phakthi kwezinto akhala ngazo kubalwa amaholo angcono kanye nezimpahla zokuzivikela egciwaneni iCovid-19. Ekhuluma neNewzroom Afrika, Unobhala jikelele weNEHAWU, uZola Saphetha, uthi abakaze […]

President, Cyril Ramaphosa, says for the economy to recover South Africans need to do everything possible to help rebuild it as the country enters level one lockdown. From today most social and economic activity have resumed after many months of strict coronavirus lockdown rules which have devastated the economy. The Cabinet is however yet to […]

Political analyst, Somadoda Fikeni, says the ANC must deal decisively with corruption in order to regain the public’s trust. The party’s senior officials are allegedly involved in the corruption of R125 million personal protective equipment tender. Gauteng Health MEC, Bandile Masuku, his wife Loyiso, and the husband of presidential spokesperson, Khusela Diko, were implicated in […]

Police union Popcru says government needs to do more to protect police officers. This follows the gunning down of Western Cape officer, Charl Kinnear, in his car outside his home in Bishop Lavis, Cape Town, on Friday. The 52-year-old was the commander of the Anti-Gang Unit. Popcru’s, Richard Mamabolo, says it is clear that Kinnear […]

Premier Sihle Zikalala says he expects all government departments to open fully and service the community as the country descends to level-1 of the lockdown. Zikalala had been briefing media on the province’s latest Covid-19 developments in Durban. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Zikalala also touched on GBV, he says men and communities should […]

SA Cities Network says national crime trends play a role in what happens in cities. The network has released its State of Crime and Safety report. The report looked at the state of crime and violence in nine of the country’s major cities: Johannesburg, Cape Town, eThekwini, Ekurhuleni, Tshwane, Nelson Mandela Bay, Mangaung, Buffalo City […]

The United Nations says the unprecedented coronavirus pandemic has resulted in major social, political and legal challenges globally. UN secretary-general, António Guterres, says as states adopt emergency measures, it is critical that they continue to uphold the rule of law, protect and respect international standards and basic principles of legality, and the right to access […]

The ANC in the province says it will call on former eThekwini Mayor, Zandile Gumede, to explain to the provincial leadership about her supporters who were seen holding placards criticizing certain party leaders. Speaking at a press conference in Durban the party’s provincial secretary, Mdumiseni Ntuli, says some of these banners had negative writing that […]

Church leaders in the province have urged government to do more to root out corruption within the different departments amid the Covid-19 pandemic. They’ve held a silent prayer and protest outside the Premier’s office in Maritzburg. The Archbishop of the Catholic Church in Durban, Wilfred Napier, says millions of people are being affected because funds […]

Former Eskom chairperson Ben Ngubane has slammed allegations at the commission of inquiry into state capture that he was part of a so-called Gupta board at Eskom. The commission is continuing to hear Eskom-related evidence today. Ngubane, who resigned in 2017, has been responding to a statement by former Eskom chairperson Zola Tsotsi, who recently […]

Ungqongqoshe wakwaCogta kulesisifundazwe, uSipho Hlomuka, uthi lukhulu luyeza luyanyelela kumasipala waseNquthu enyakatho yalesisifundazwe ohluleka ukuthatha izinqumo ezifanele. Lomasipala usolwa ngokuhluleka ukuqoka ngokusemthethweni umeya kanye nokwenza uphenyo ngezinsolo zokungasebenzisi kahle imali. Kusukela ngo2017 lomasipala ubuhamba izinkantolo ngenxa yokungaboni ngasolinye nomnyango wakwaCogta emvakokuba lomasipala uqashe izikhulu ezintathu eziphezulu, nalapho inkantolo eyavuna umnyango. uHlomuka uthi izinto ezifuze lesi […]

Uphiko lwethsa lweANC esifundeni iMoses Mabhida eMaritzburg, luthi abantu asebekhulile ngeminyaka kuloluphiko kumele badede ezikhundleni banikeze ithuba intsha kube yiyona edlala indima ezigabeni zayo ezahlukene Lentsha evela kumagatsha ahlukene eANC kulesifunda imashele emahhovisi eANC eMaritzburg, ithi njengoba kubhekwe okhethweni lohulumeni basekhaya ngonyaka ozayo sekuyisikhathi sokuthi kuvuselelwe iqembu kungene abantu abasha babhekane bona ngqo nezinselelo zeqembu […]

Cabinet has extended the national state of disaster to the 15th of next month. There was, however, no mention of taking the county to alert level one, as was hinted about by president, Cyril Ramaphosa, this week. At their latest virtual meeting, ministers welcomed the drop in the number of new confirmed Covid-19 cases over […]

I-National Freedom Party ithi izohlela imibhikisho uma i-ANC ingamqoki ngokushesha umeya omusha kumasipala wasoPongolo enyakatho yesfundazwe. Leliqembu lisola inhlangano ebusayo ngokuhudula izinyawo ekubekeni umeya omusha nethi ukungabibikho kwakhe kuphazamisa ukulethwa kwezidingo kubantu. Ngenyanga eyedlule iANC ixoshe obeyimeya yalomasipala, uWinnie Nhlabathi, emva kokuba evulelwe icala lokushaya owesilisa owangena endlini yakhe ngoFebuary walonyaka. Unobhala weNFP, uCannan Mdletshe, […]

Premier, Sihle Zikalala, says they have approached the state security agency and Sars to facilitate lifestyle audits on senior government officials and KZN Cabinet. Zikalala had been briefing media on the directors of companies which were awarded Covid-19 related contracts in the province. This follows an outcry over alleged Covid-19 related corruption. The Eastern Cape […]

Owayeyimeya yeTheku, uZandile Gumede, usekhale ngaphansi emizamweni yakhe yokuthi inkantolo iwachithe amacala abhekene nawo. UGumede ubevele namhlanje eCommercial Crimes Court eThekwini. Usolwa ngenkohlakalo yethenda kadoti yezigidi zamarandi. Kanti ngemva kokulalela izethulo zomshushisi, uDawn Samaraoo, kanye nabammeli bakaGumede inkantolo isilihlehlisele umhlaka 10 December lelicala. listen here: Podcast stream by Fabrik.fm UGumede uthi ukusolwa kwakhe ngamacala enkohlakalo […]

Owayeyimeya yeTheku, uZandile Gumede, kulindeleke avele enkantolo iCommercial Crimes Court namhlanje eThekwini ngamacala abhekene nawo okukhwabanisa amathenda emfucuza. Kumanje ungaphandle ngebail ka 50 000 kulandela ukuthi yena nabanye abalingani bakhe abangu62 baboshelwa lamatenda alinganiselwa ku430 million wamarandi. UGumede uvela nje usanda kumiswa ekubeni yilungu lesishayamthetho nasemisebenzini ye ANC … yize bekusaphele izinsukwana nje leliqembu limgcobe […]

Condolences continue pouring in following the passing of renowned human rights lawyer, George Bizos. Bizos passed away in Johannesburg yesterday at the age of 92. He was famously part of the legal team that defended Nelson Mandela, Govan Mbeki, Walter Sisulu and others at the Rivonia and the Treason Trials. The Ahmed Kathrada Foundation has […]

I-DA ithi izolokhu ibelese ephalamende ifuna usomlomo aphasise isicelo sayo kube nenkulumo mpikiswano mayelana nenkohlakalo kuhulumeni ikakhulu ethinta amathenda. Leliqemmbu lithi lisola nokuthi imali engu 5 billion wamarandi uhulumeni ahlose ngayo ukutakula izwe kulesikhathi esinzima se-Covid-19 nayo isikhwabanisiwe. Usotshwebhu waleliqembu ePhalamende, uNatasha Mazzone, uthi ziningi izikhulu zephalamende okumele zizophendula ngezinsolo zokuba yingxenye yokukhishwa kwamathenda ngaphandle […]

Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi yize izibalo zikhomba ukuthi kuyehla ukusabalala kwegciwane iCovid-19 kulelizwe kodwa lokhu akusho ukuthi seliphelile noma ngeke lisagulisa muntu. Usho kanjena ephendula imibuzo yabahleli bezindaba esithangamini se-SANEF ngezobuchwepheshe. Lesithangami sinikeze abezindaba ithuba lokumbuza ngezinkinga ezahlukene ezikhona ezweni okubalwa ezomnotho, Covid-19, inkohlakalo, ezempilo, kanjalo nesihlava sokuhlukunyezwa kwabantu besimame nabantwana. URamaphosa uthi izakhamuzi kuzomele […]

Icala elibhekene namaciko angu 30 akulesifundazwe, aboshwa ngesonto elidlule ngesikhathi eqhuba umkhankaso wokunxusa umengameli ukuba avule izwe ngokuphelele, selihlehliselwe umhlaka 23 October. Lamaciko avala umgwaqo uN3 ngasenxanxatheleni yezitolo iPavillion, ebhikisha ekhala ngendlala njengoba imicimbi kanye namakhonsathi kungakavulwa namanje ngaphansi kuka level-2 welockdown. Omunye walabo abalwela ukuvulwa kwezwe uKgulo daGuru uthi phakathi kwezinye izinto abazifunayo ukuba […]

Ungqongqoshe wezemfundo kulesfundazwe, uKwazi Mshengu, usedonse ngendlebe abasebenzi bomnyango wakhe ukuba bangalinge baxhaphaze izimoto ezingaphezulu kuka 110 esezinikelelwe amaDistricts akulesfundazwe. UMshengu usho lokhu kulandela ukwethula kwakhe ngokusemthethweni izimoto athi zizosetshenziswa kakhulu ngabahloli kanye nothisha ukuhambela izikole ezahlukahlukene. UMshengu usethule lezi zimoto eMaritzburg maphakathi nesfundazwe kanti uthi zizoba usizo olukhulu ezikoleni zakulesfundazwe. Listen here: Podcast stream […]

Ungoti wezomnotho, uJabulani Khanyile, uthi umnotho walelizwe usazothwala kanzima ngisho izwe lingehlela kuLevel 1. Izolo ungqongoshe wezempilo, uZweli Mkhize, utshele abezindaba ukuthi lelizwe selingehlela esigabeni esilandelayo seLockdown njengoba isbalo sabantu abatheleleka ngeCovid-19 sehla. Kusukela ekuqaleni kwalenyanga isbalo sabantu abatheleleka ngaleligciwane siyehla. uKhanyile uthi into ezokwenza kubenzima yilemali elahleke ngesikhathi kuliwa neCoronavirus. Listen here: Podcast stream […]

The latest data from Statistics South Africa which shows a massive decline in the gross domestic product is an indication that the country has fallen deeper into recession. GDP, which is the total value of goods and services produced in the country has dropped by 51% in the second quarter of this year. The massive […]

Ikhansela lase Sweetwaters eMaritzburg, uSbusiso Mtshali, lithi ukuguga kwengqalasizinda kagesi yikho okwenza ukuthi umphakathi wakulendawo ulokhu uqhubeke njalo nokuba nezinkinga zikagesi. Lomphakathi waseMadwaleni khona eSweetwaters, ubambe isiteleka kusukela izolo njengoba usasiqhuba nanamhlanje, uvale thaqa yonke imigwaqo engenela kulendawo. Kukaningi ukhononda ngokunqamuka kukagesi njalo, kodwa bengatholi ncazelo. UMtshali usekuqinisekisile nokuthi ugesi usulungisiwe futhi wavulwa kuyo lendawo […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background