Ayihlale Phansi Ibamb’Umthetho – ISilo

Written by on 15 July, 2021

By: Bright Ntuli

ISilo uMisuZulu ka Zwelithini sesinxuse abantu bakulesifundazwe ukuthi bayeke ukuzibandakanya ezigamekweni zodlame, ukucekela phansi impahla, kanye nokuzitapela ezitolo.

ISilo sikhulume kanje ngenkathi sethula inkulumo yaso eisthangamini sabezindaba, oLundi enyakatho yesfundazwe.

Sesinxuse nokuthi abantu bayeke nokushisa izitolo nezakhiwo, siqhuba ngokuthi loludlame lupenda nanesithombe esimbi ngalelizwe emazweni angaphandle.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

Siqhuba ngokuthu uma lesimo siqhubeka, abantu bazogcina bengenakho ukudla.

 


Continue reading

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background