Badele Imvula Abase-DUT Bezwakalisa Izikhalo Zabo

Written by on 11 April, 2022

By: Sphelele Nzuza

Bavutha bengabaselwe abafundi basenyuvesi yezobuchwepheshe eThekwini, i-DUT, njengoba besola isikhungo ngokungabakhathaleli.

Labafundi bohlelo lwe Higher Certificate, nabathi sekuphele izinyanga ezine begqigqa kulesi sikhungo bathi bafuna ukubhaliswa ukuze nabo baqale izifundo zabo zakulonyaka njengokuthenjiswa yi-DUT.

Sebenxuse uhulumeni nomnyango wemfundo ephakeme ukuthi angenelele njengoba bethi anasenayo nendawo yokulala.

USphelele Nzuza uyabika:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background