Bamashela Ubulungiswa Abafundi Base-DUT

Written by on 4 February, 2022

By: Bongani Gina

Abafundi bezikhungo ezahlukahlukene zase Durban University of Technology abangaphansi kwe EFF Student Command, sebeyiqalile imashi yabo abathi bezwakalisa ulaka lwabo ngayo.

Le mashi isuka e-Curries Fountain stadium ilibangise eSteve Biko Campus eDUT, enkabeni yeTheku.

Labafundi bathi bafuna ubulungiswa kulandela ukubulawa komunye wabafundi.

U-Bongani Gina uyabika:


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background