Bamufuna Exoshiwe Uthishanhloko

Written by on 2 June, 2021

By: Nompendulo Ngubane

Abazali kanye nomphakathi wase Tafuleni eMgungundlovu bathi bafuna uNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni uKwazi Mshengu, azokhuluma nabo abanike izimpendulo mayelana no thishanhloko wesikole samabanga aphansi iBhekamatshe.

Lomphakathi uthi sebezame ngayo yonke indlela ukuthi axoshwe kulesikole kodwa namanje lokho akwenzeki.

Lamalungu omphakathi kanye nabazali kusukela ngoMsombuluko, abe nombhikisho avala isikole ngoba bethi isimo saso sibi kakhulu ngaphakathi nangaphandle futhi bafuna lothishanhloko ahambe emagcekeni esikole.

uNompendulo Ngubane uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background