Bayaveva Ngomndeni Osocongwe ePMB

Written by on 7 July, 2022

By: Nompendulo Ngubane

Umphakathi wase-Sobantu ePietermaritzburg enkabeni yeKwaZulu-Natal usubhikishe ngaphandle kwenkantolo kaMantshi  unxusa ukuthi lenkantolo ingalinge imkhiphe ngebhiyili owesilisa osolwa ngokubulala amalungu amathathu omndeni owodwa.

Umsolwa uNjabulo Ndlovu oneminyaka engu 29 ubudala waboshwa ngemva kokutholakala kwezidumbu.

La malungu omphakathi ehambisana noNgqongqoshe womnyango wezokuthuthukiswa komphakathi uNonhlanhla Khoza, kanye nezinhlaka zemiphakathi aphethe izingqwembe abambe nombhikisho ukuzokweseka lo mndeni.

UNdlovu usolwa ngokubulala ngesihluku isaguga uZanele (65) uSmangele oyindodakazi yesaguga kanye no mzukulu uZenande Ndlela oneminyaka engu 8 ubudala.

Emva kokubingelela imantshi ngesonto eledlule uNdlovu usagcinwe ngaphakathi esitokisini eMountain Rise.

Ekhuluma nezindaba ze Gagasi FM amalungu omphakathi ngaphandle kwenkantolo abeka kanje.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background