Bazojeza Abaholi Abangawenzi Umsebenzi – Zikalala

Written by on 5 July, 2022

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Undunankulu wakulesisifundazwe uSihle Zikalala uthi uhulumeni ufuna ukuqinisa umthetho nosiko lokuthi abaholi beminyango kakhulumeni, izimeya kanye namakhansela bayajeza uma bengawenzi umsebenzi wokuhambisa intuthuko kubantu.

UZikalala ukhulume kanje kwi Local government Indaba eThekwini ehlelwe umnyango wezokubusa ngokubambisana.

Inhloso yalengqungquthela ukulungisa umonakalo ongaphakthi komasipala kanye nokugqugquzela ukuthembeka kanye nokusebenza ngokuzikhandla eminyangweni kahulumeni.

UZikalala uyanaba.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background