Bheki Ntuli: ‘Asipheli mandla ngokuletha intuthuko kubantu’

Written by on 13 November, 2019

Uhulumeni kaMengameli, uCyril Ramaphosa, ngesikhathi ewina ukhetho kulonyaka wathembisa ukubeka oqhulwini ukuletha intuthuko kubantu.

Ukuqinisekisa ukuthi umbono kaMengameli uyafezeka, uNdunankulu wakulesisifundazwe, uSihle Zikalala, naye wahlaba ikhwelo lokuthi lokho nakanjani kuphuthunyiswe.

Listen here:

By: Lindelani Mbatha

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background