Biden Wins US Elections

Written by on 9 November, 2020

Umholi wenhlangano yama Democrats u Joe Biden uzoba ngumengameli ka 46 wase Melika kulandela ukuthi ehlule umengameli ophumayo uDonald Trump okhethweni lukazwelonke kuleliyalizwe.

U Kamala Harris ke useqophe umlando njengoba ezoba ngusekela mengameli wokuqala womuntu wesfazane kulaliyalizwe kanti akugcini lapho useqophe umlando nangokuba ngusekela mengameli wokuqala ngqa ongumuntu omnyama eMelika.

Ekhuluma ngemva kokunqoba kwakhe lolukhetho uBiden usethembise ukuthi uzoba ngumengameli oletha ubumbano.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

Kanti umengameli ophumayo uTrump usengene esbalweni somengameli abayidlanzana bakuleliyalizwe abaphatha ihlandla elilodwa nje vo!

Nokho ke akubukeki sengathi uyamukela kahle imiphumela yokhetho njengoba ummeli wakhe uRudi Guiliani ethi kunamavoti afika ngeposi angazange aqinisekiswe.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

Izinkulungwane ngezinkulungwane zabantu bakuleliyalizwe enhloko dolobha iWashington DC zibuthelene ngasezindlini zombuso iWhite House zibhiyozela ukunqoba kuka Biden.

Ezinye zazo ke zisho kanje,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background