Corona Virus: Sebengu-5 Ababulewe Yilesifo Kuleli

Written by on 1 April, 2020

Ungqongqoshe wezempilo, uZweli Mkhize, usememezele ukuthi isbalo sabantu asebebulawe yicoronavirus sesenyukele ku 5.

Ekhuluma esthangamini sabazindaba eThekwini, uMkhize uveze nokuthi sekunabanye abantu abangu 46 abatholwe nalesifo nosekwenyuse isbalo sabanaso safinyelela ku 1353.

uMkhize uthi kulaba abangu 5 asebeshonile, bathathu abakulesfundazwe saKwaZulu Natali.

Listen here:

By: Zilungile Mkhize


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background