Elethu! – iANC Ngokhetho

Written by on 16 February, 2021

By: Lindelani Mbatha

Isigungu esiphezulu seANC sithi siyaseseka isinqumo sikamengameli uCyril Ramaphosa sokuthi ukhetho lohulumeni basekhaya lubeqhubeke njengoba kuhleliwe.

Lenhlangano ngesonto eledlule ibambe umhlangano iLekgokla wezinsuku ezintathu ukudingida ngesimo sezwe.

iEFF phambilini yamemezela ukuthi izohlangana namaqembu ezombusazwe ukuze bakhulume ngazwilinye, emizameni yabo yokunxusa ukuba ukhetho lube nyaka omunye nokwazelonke njengoba okwamanje izwe libhekene neCOVID 19.

Umthetho sisekelo wakuleli uphoqa ukuba ukhetho lubanjwe noma kanjani emvakwezinyanga ezintathu sokuphelelwa yisikhathi kwamalunga asuke esehhovisi ngalesosikhathi, lokho okukhomba ukuthi ukhetho kuleli luzobanjwa phakathi kuka-3 August no 3 November wakulonyaka.

Oyisikhulumi seANC uPule Mabe uyanaba,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background