EThekwini Municipality Schedules Water Outage

Written by on 9 November, 2020

By: Lindelani Mbatha

UMasipala weTheku uthi kuzophazamiseka ukusabalaliswa kwamanzi ezindaweni eziseningizimu yalomasipala njengoba umatasa ulungisa ipayipi elivuzayo.

Izindawo ezithintayo kubalwa Amanzimtoti, isiphingo, Kwakhutha kanye nase-Zimbokodweni ukubala nje ezimbalwa.

Oyisikhulumi salomasipala uMsawakhe Mayisela uthi ukuphazamiseka kwamanzi kuzoba kusasa nangolwesithathu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background