Government Gives Update on the Bushiris

Written by on 24 November, 2020

By: Sthulile Mdletshe

Oyisikhulu esiphezulu emngyangweni wezokuxhumana kahulumeni, u-Phumla Williams, uthi selusemaphethelweni udaba lokubuyisa u-Mfundisi Shepherd Bushiri nowakwakhe uMary kuleli.

Ukusho lokhu njengoba namanje kungakacaci ukuthi labashadikazi abangaphandle nge bheyili ka R200 000 umuntu ngamunye, beqe kanjani eNingizimu Afrika.

Labasolwa babhekene namacala enkohlakalo, ukukkhwabanisa nokushintsha shintshana ngemali ngendlela engafanele elinganiselwa ku R106 million.

u-Williams uthi uhulumeni uphezhu kwemizamo yokuthi laba babuye kuleli bazobhekana nalamacala.

Kanti lomnyanga uphinde wayichitha imibiko yokuthi kuneziphathimandla ezasiza lomndeni ukuthi weqe kuleli.

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/MzyQLv1p4qyXQm&podcast_id=45d5e898-5676-4b75-8a2c-b23e9bf8711d” width=”100%” height=”200″]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background