Government Aims To Create Over 60 000 Job Opportunities- Mshengu
Written by Mfundo on 12 July, 2022
By: Lindelani Mbatha
Ungqongqoshe wezemfundo KwaZulu-Natal uKwazi Mshengu uthi uhulumeni uzodala amathuba emsebenzi angaphezu kuka-60 000.
UMshengu uveze lokhu kade ekhuluma namalunga esishayamthetho ePietermaritzburg.
INingizimu Africa inabantu abangasebenzi abangaphezu kuka-34%, iningi labo abantu abasha.
Ngokuka Mshengu iningi lalemisebenzi izohlonyulwa abantu besifazane kanye nalabo abavela emakhaya aholwa ngabantu abasha.
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.