i-ANC Ihlukene Ngaphakathi Ngoluka Zuma

Written by on 11 February, 2021

By: Bongani Gina

Amagatsha e-ANC esifundeni seTheku, KwaZulu-Natal, athi asazohambela lonke elakuleli ngenhloso yokunxenxa amanye amagatsha namadlelandawonye ka ANC ukuba asekele owabe engumengameli wakuleli uJacob Zuma nonobhala jikeleleuAce Magashule.

Lamagatsha asho kanjena esithangamini nabezindaba eThekwini.

Athi akholelwa ukuthi kunabathile abaphume inqina befuna ukuqeda nya ngombutho, nokubonakala kakhulu ngokuhlaselwa kukaZuma noMagashule ngezinkantolo.

UMzo Zuma okhulumela lamagatsha, uthi akusilona nje uhlangotho olulodwa olwesekela uZuma eThekwini, kodwa kubanjwene emgomeni.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background