i-DA Inuka uMantashe Ngenkohlakalo

Written by on 25 January, 2021

By: Bright Ntuli

I-Democratic Alliance ithi ifuna inhlangano engenzi nzuzo kaloyo ongungqongqoshe wezokumbiwa phansi uGwede Mantashe iphenywe ngokuphelele.

Leliqembu lisho kanje kulandela izinsolo zokuthi iVoltex, engaphansi kwenye yezinkampani ezinkulukazi kuleli iBidvest, yakhokhela izizumbulu zemali intokholo Investments.

kanti oyiskhulu esiphezulu kulenhlangano ka Mantashe uCaswell Mokoena uyena ongumqondisi kwi Ntlokholo Investments.

Owe DA u Kevin Mileham uthi enye inkampani engaphansi kwe Bidvest , iRoyal Mnandi Duduza, yona yazuza ngethenda ka R600 000 000 yokuphakela abasebenzi basezikhungweni zokuphehla ugesi Medupi kanye nase Kusile.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background