I-DA Ithi Mkhulu Umsebenzi Obhekene NoNgqongqoshe Wezezimali

Written by on 26 October, 2022

By: Sthulile Mdletshe

Iqembu le-Democratic Alliance (DA) likhala ngokuthi ungqongqoshe wezezimali ubhekene nenkinga enkulu yokulungisa isimo somnotho ngesikhathi izwe livele lingenzi kahle.

Kungekudala nje uNgqongqoshe kulindeleke ukuthi ethule isabelomali.

Okunye okulindeleke ukuthi akuthinte ukwehliswa kwezindleko zokudla, izindlela zokulwisana nobubha kanye nezindlela zokgqugquzele ukukhula komnotho.

Oyilunga le-DA ephalamende uDion Goerge uthi okumele uhulumeni akwenze ukuthi ahlukane nokutakula amabhizinisi angenzi mali kuqedwe nangomthetho we-BEE nathi ubulala imisebenzi.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background