I-IFP Igqemeke Ingozi Engeqiwa Ntwala Kufa Umholi

Written by on 2 August, 2021

By: Mthokozisi Manqele

USihlalo we-IFP Youth Brigade kuzwelonke noyilungu lePhalamende, uMthokozisi Nxumalo, useshonile emvakwengozi yemoto eyenzeke kwaNongoma, eNyakatho yeKZN.

Lomholi ushone elungiselela ukuyothamela umhlangano wesigungu esiphezulu se-IFP.

Ozakwabo entsheni ye-IFP bathi balimele kakhulu ngokushona kukaNxumalo ngokuzuma.

Intatheli yezindaba zeGagasi FM, uMthokozisi Manqele uyaibika:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background