i-IFPYB Ingenelela Ekuhlukunyezweni Kwabesifazane eLadysmith

Written by on 25 January, 2021

By: Bright Ntuli

Uphiko wentsha ye IFP eNdaka eMnambithi, entshonalanga yesfundazwe iKwaZulu-Natal, selunxuse intsha ukuthi isukume ilwisane nodlame olubhekiswe kubantu besfazane eLadysmith.

Ongusihlalo waloluphiko uNtuthuko Thabede uthi selokhu kwaqala iLockdown ngo march ngonyaka owedlule,  siyanda isibalo sabantu besifazane abahlukumezekayo njengoba behlezi emakhaya.

Uqhuba ngokuthi abanye bayahlala ebudlelwaneni lapho behlukumezeka khona ngoba befuna ukondliwa.

uThabede usenxuse nabomthetho ukuthi bawasukumele phezulu amacala okuhlukunyezwa.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background