I-POWA Ifuna Kusheshiswe Imithetho Sivivinyo Ezolwa neGBV

Written by on 30 November, 2020

By: Zilungile Mkhize

Inhlangano elwa nokuhlukunyezwa kwabantu ngokobulili, iPeople Opposing Women Abuse, ifuna uhulumeni asheshise izinhlelo zokuhlanganisa imithetho zivivinyo emthathu ephathelene nokuhlukunyezwa kwabesimame nabantwana.

Lemithetho sivivinyo iSexual Offences and Related Matters, Domestic Violence Amendment kanye ne Criminal and Amendments Bills, kulindeleke ukuba yenziwe .

Isikhulu kwa -POWA uMary Mamakgotla-Makgaba uthi kubalulekile ukuthi le mithethosivivinyo iphasiswe ngokushesha ukunikeza izisulu izwi eliqinile.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background