I-RAF Ichitha Imibiko Yezinkinga Zemali

Written by on 15 April, 2021

By: Sthulile Mdletshe

Isikhungo i-Road Accident Fund (RAF) sithi sinezinhlelo ezinsha zokukhokhela abantu izinxephezelo , okungeke kusaba yisamba lesi isijwayelekile

Oyisikhulu salesisikhungo, uCollins Letsoalo, usho kanjena ngesikhathi echitha imbiko yokuthi babhekene nenkinga yezimali.

uLetsoalo uthi ukuvalwa kwezwe kuphazamise izinhlelo zokusebenza nokwenze ukuthi umthamo wezicelo zokunxeshezelwa ugcine usumningi kakhulu.

Kanti ke uqinisekisile ukuthi bonke labo abafake izicelo bazoyithola imali yabo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background