I-SIU Isikhiphe Umbiko Wokudliwa Kwezimali Emnyangweni Wase-KZN

Written by on 10 February, 2021

By: Lindelani Mbatha

Umnyango wezemfundo kwisifundazwe iKwaZulu-Natal usuwemukele umbiko weSpecial Investigating Unit oveza ukuthi lomnyango ayikho indima oyidlalile ekusatshalalisweni kwamathangi amanzi ezikoleni.

Ngonyaka owedlule kusabalale imibiko eveze ukuthi lomnyango uthenge amathangu amanzi ngemali ephindwe kathathu kunaleyo ejwayelekile.

Phambilini umnayngo wezamanzi kuzwelonke wamemezela ukuthi uzosebenzisana nesikhungo iRand water ukufaka lamathangi ezikoleni.

Oyisikhulumi somnyango kulesisifundazwe uMuzi Mahlambi uthi njengamanje sebelindele umbiko wokuthengwa kwamaPPE’s, okumanje kumiswe abasebenzi ababili.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background