I-Top 6 Izolibangisa KwaDakwa’Dunuse

Written by on 27 February, 2021

By: Lindelani Mbatha

UMengameli uCyril Ramaphosa uthi ubuholi obuphezulu beANC buzohlangana maduze naloyo owayengumengameli uJacob Zuma, ukudingida ukungayi kwakhe kukhomishana ephenya istate capture.

uRamaphosa ubephendula imibuzo yamalunga enhlangano yabezindaba iSouth African National Editors’ Forum.

uMengameli uthi umuntu ohlasela amajaji uhlasela umthetho sisekelo wezwe.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background