I-Tourism KZN Ivulela Intsha Engosomabhizinisi Amathuba

Written by on 24 June, 2023

By: Dawud Phungula

Usihlalo we-Tourism KZN (TKZN), uSthembiso Madlala, uthi benza ngakho konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi abantu bathola amathuba okuzithuthukisa njengoba izinga lokwentuleka kwamathuba omsebenzi liphezulu.

UMadlala ubekhuluma emkhankasweni wokugqugquzela abavakashi ukuthi beze kulesfundazwe bezongcebeleka.

Ezokuvakasha kulindeleke ukuthi zifake imali engango 1.4 Billion wamarandi kulesfundazwe.

Uthi abantu abasha abangosomabhizinisi bayabavulela imnyango yokuba badayise izinto zabo bedayisela izivakashi.

Ekhuluma nezindaba zeGagasi FM ubeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background