IBHULOHO LAKWA-NONGOMA LIKA R4 MILLION SELISUSE UKUKHULUMA

Written by on 9 December, 2020

By: Bongani Gina

IMeya yomaspala wakwaNongoma u-Albert Mncwango isegxeke labo abagxeka umaspala wakhe ngokwakhiwa kwebhuloho lokuwela izimoto nabantu abahamba ngezinyawo kwaNdongande, enyakatho yesfundazwe.

Kumanje lelibhuloho ligcwele ezinkundleni zokuxhumana njengoba abantu begxeka indlela elakhiwe ngayo, futhi bethi belingafanele ukubiza ngaphezulu kwesigidi samaRandi.

Intatheli yzindaba zeGagasi FM uBongani Gina uxoxisana neMayor uMncwango ngaloludaba.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background