iCovid-19 isibambezele iNHI ebihlelwe ukuqalwa uhulumeni

Written by on 24 April, 2020

Ukubheduka kobhubhane icoronavirus sekumise uhlelo lukahulumeni olusahlongozwa iNational Health Insurance.

Loluhlelo bekumele luqale ukusebenza ngokugcwele ngo 2026, kanti ukubheduka kwe covid-19 sekufake ungabazane kuhulumeni ngekusasa lalomthetho sivivinyo.

iskhungo esibhekele ezobuhlanga i-Institute for Race Relations sesizwakalise ukukhathazeka ngokwethulwa kwaloluhlelo.

Oyinhloko yezocwaningo lwemigomo kulesgungo, uHerman Pretorius, uthi lolubhubhane selugqamise izinselelo zezempilo ezisezikhungweni zikahulumeni kanye nakulezo ezizimele.

Listen here:

Podcast stream by Fabrik.fm

By: Bright Ntuli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background