iEdendale Iyalila kushona Abasebenzi Abangu-9 Esontweni Elilodwa

Written by on 19 January, 2021

By: Nompendulo Ngubane

Ukushona kwabasebenzi bezempilo abangu 9 ngesonto elilodwa esibhedlela i-Edendale ePietermaritzburg ngenxa ye Covid 19, kuyinto esinyuse kakhulu amaphaphu kwabanye babasebenzi kuso lesi sibhedlela.

Inhlangano emele abasebenzi i-NEHAWU, ithi abangu 8 kulaba abadlulile emhlabeni ngamanesi, nokwenza kube nokukhathazeka njengoba izinkinga zokuphepha kwabasebenzi zibonakala zisayinselelo ezibhedlela kulesi sikhathi se COVID-19.

UNobhala we NEHAWU esifundeni i-Harry Gwala uMazwi Ngubane, uthi abakutholayo kubasebenzi ukuthi izinkinga zisaningi kulesibhedlela, njengoba kwamanye ama ward ingalandelwa imigomo ebekiwe okumele ilandelwe ye Covid 19.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

Amagama alabasebenzi asenamathiselwe ngaphandle kwesibhedlela kanye humbuzo sabasenezi abangasekho.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background